Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNumeri 1:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kubantwana bakwaJuda ngemindeni yabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Kubantwana bakwaJuda, izizukulwane zabo ngemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Abozalo lukaJuda, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:

Gade chapit la Kopi




UNumeri 1:26
12 Referans Kwoze  

Wabuye wakhulelwa, wazala indodana, wathi: “Manje sengizomdumisa uJehova; ngalokho waqamba igama layo ngokuthi uJuda; futhi akaphindanga wazala.


UJowabe wayinika inkosi umumo wokubalwa kwabantu; kwakukhona kwa-Israyeli amadoda anamandla ayizinkulungwane ezingamakhulu ayisishiyagalombili ahloma inkemba; amadoda akwaJuda ayengamadoda ayizinkulungwane ezingamakhulu amahlanu.


U-Abrahama wazala u-Isaka; u-Isaka wazala uJakobe; uJakobe wazala uJuda nabafowabo;


Ngokuba uJuda waba namandla phezu kwabafowabo, kwaphuma kuye umbusi; kodwa ubuzibulo babungobukaJosefa.


Amadodana kaJuda; u-Eri, no-Onani, noShela, noPerezi, noSeraki; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi: ngoHezironi noHamuli.


ababalwayo kubo besizwe sakwaGadi, baba ngamashumi amane anamahlanu amawaka, anamakhulu mathandathu, anamanci mahlanu.


ababalwayo kubo besizwe sakwaJuda, ababalwayo kubo, baba yizinkulungwane eziyishumi nane namakhulu ayisithupha.


Kepha wakhetha isizwe sakwaJuda, iNtaba yaseSiyoni ayithandayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite