Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 9:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Yebo, iminyaka engamashumi amane wabasekela ehlane, abaswelanga lutho; izingubo zabo azigugi, nezinyawo zabo azivuvukalanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Wabondla iminyaka engamashumi amane ehlane, kabaswelanga lutho; izingubo zabo aziguganga, nezinyawo azivuvukalanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Iminyaka engamashumi amane, wabanakekela ehlane; abantulanga lutho, izingubo zabo aziguganga, nezinyawo zabo azivuvukalanga.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 9:21
9 Referans Kwoze  

Ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho ukubusisile emsebenzini wonke wesandla sakho; Uyakwazi ukuhamba kwakho kulolugwadule olukhulu; ngoba le minyaka engamashumi amane uJehova uNkulunkulu wakho wayenawe; entula lutho.


Izingubo zakho azikugugelanga, nonyawo lwakho aluvuvukalanga kule minyaka engamashumi amane.


Amabhongo ezingonyama ayaswela, alambe; kepha abafuna uJehova abayikuswela lutho oluhle.


Kwathi cishe iminyaka engamashumi amane wabekezelela imikhuba yabo ehlane.


Langilethela yini imihlatshelo lezipho enkangala iminyaka engamatshumi amane, lina ndlu kaIsrayeli?


Nganihola iminyaka engamashumi amane ehlane; izingubo zenu azigugelanga phezu kwenu, nesicathulo sakho asiguganga ezinyaweni zakho.


Woyikhumbula yonke indlela uJehova uNkulunkulu wakho akuholile ngayo le minyaka engamashumi amane ehlane ukuba akuthobise, akuvivinye, azi okusenhliziyweni yakho, uma uthanda ukugcina imiyalo yakhe noma qha.


Abantwana bakwa-Israyeli badla imana iminyaka engamashumi amane, baze bafika ezweni elakhiweyo; badla imana baze bafika emikhawulweni yezwe laseKhanani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite