Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 9:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Wahlukanisa ulwandle phambi kwabo, badabula ulwandle emhlabathini owomileyo; futhi wabaphonsa ekujuleni njengetshe emanzini anamandla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Wahlukanisa ulwandle phambi kwabo, badabula phakathi kolwandle emhlabathini owomileyo; nababaxoshayo wabaphonsa otweni njengetshe emanzini anamandla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ulwandle waludabula kabili ukuze bawele behamba emhlabathini owomileyo, kodwa ababehubha u-Israyeli wabaphonsa ekujuleni, bazika njengetshe emanzini anamandla.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 9:11
16 Referans Kwoze  

Wahlukanisa ulwandle, wabavumela ukuba bawele; wamisa amanzi njengenqwaba.


Ngokukholwa badabula uLwandle Olubomvu kungathi kusemhlabathini owomileyo;


Waphendula ulwandle lwaba umhlabathi owomileyo; badabula umfula ngezinyawo; lapho sathokoza kuye.


Ingelosi enamandla yafukula itshe elinjengelokusila elikhulu, yaliphonsa olwandle, ithi: “Kanjalo iBabiloni umuzi omkhulu liyakuphonswa phansi ngamandla, lingabe lisafunyanwa.


Phezu kwalokho, bazalwane, angithandi ukuba ningazi, ukuthi obaba bonke babephansi kwefu, badabula ulwandle bonke;


UJehova uyakunilwela, nina nithule;


Ase ekhumula amasondo ezinqola zawo, awagibelisa, kangangokuthi abaseGibithe bathi: “Masibaleke phambi kuka-Israyeli; ngoba uJehova uyabalwela emelene labaseGibhithe.


Kepha abantwana bakwa-Israyeli bahamba emhlabathini owomileyo phakathi kolwandle; amanzi aba lugange kubo ngakwesokunene sabo nangakwesokhohlo sabo.


Owenza izibonakaliso nezimangaliso ezweni laseGibithe kuze kube namuhla, naku-Israyeli naphakathi kwabanye abantu; futhi wakwenza igama njengoba kunjalo namuhla;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite