Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 7:64 - Contemporary Zulu Bible 2024

64 Babheka umbhalo wabo phakathi kwababalwayo ngokohlu lozalo, kepha awutholakalanga;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

64 Labo bafuna ukubhalwa kwabo phakathi kwababhaliweyo ngezizukulwane, kepha akufunyanwanga; ngalokho kwathiwa bangcolile, bakhishwa ebupristini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

64 Labo ababefuna imininingwane yemindeni yabo, kodwa abayitholanga, ngakho-ke abafakwanga ohleni lwabaphristi, bathathwa ngokuthi kabahlanzekile.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 7:64
8 Referans Kwoze  

UNkulunkulu wami wakufaka enhliziyweni yami ukuba ngiqoqe izikhulu nababusi nabantu, ukuze babalwe ngokohlu lozalo. Ngathola umbhalo wozalo lwalabo abenyuka kuqala, ngathola kulotshiwe ukuthi:


Wabhalwa kanjalo wonke u-Israyeli ngezizukulwane; bheka, zilotshiwe encwadini yamakhosi akwa-Israyeli nakwaJuda, awathunjelwa eBabele ngenxa yeziphambeko zawo.


Bakhumbule, Nkulunkulu wami, ngokuba bangcolisile ubupristi nesivumelwano sobupristi nesamaLevi.


Uma umpristi ogcotshiweyo ona njengesono sabantu; woletha kuJehova iduna elingenasici, libe ngumnikelo wesono ngesono sakhe one ngaso.


Kubapristi: abantwana bakwaHabaya, nabantwana bakwaKhosi, nabantwana bakwaBarizilayi, owathatha emadodakazini kaBarizilayi wakwaGileyadi, waba ngumkakhe, waqanjwa ngawo.


Umbusi wabatshela ukuthi bangadli izinto ezingcwelengcwele, kuze kusukume umpristi one-Urimi neThumimi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite