Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 7:63 - Contemporary Zulu Bible 2024

63 Kubapristi: abantwana bakwaHabaya, nabantwana bakwaKhosi, nabantwana bakwaBarizilayi, owathatha emadodakazini kaBarizilayi wakwaGileyadi, waba ngumkakhe, waqanjwa ngawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

63 Kubapristi: ngabantwana bakwaHobaya, nabantwana bakwaHakhosi, nabantwana bakwaBarizilayi owathatha umfazi kumadodakazi kaBarizilayi wakwaGileyadi, wabizwa ngegama lawo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

63 Ababevela kubaphristi yilaba: abozalo lukaHobhaya, lukaHakozi, nolukaBharizilayi owayeganwe yindodakazi kaBharizilayi umGileyadi, owayebizwa ngalelo gama.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 7:63
8 Referans Kwoze  

Kepha hawukela amadodana kaBarizilayi wakwaGileyadi, abe phakathi kwabadla etafuleni lakho; ngoba beza kanjalo kimi lapho ngibalekela umfowenu u-Abisalomu.


UDavide esefikile eMahanayimi, noSobi indodana kaNahashi eRaba labantwana bakwa-Amoni, noMagiri indodana ka-Amiyeli eLodebari, noBarizilayi wakwaGileyadi waseRogelimi,


UKhosi wazala o-Anubi noSobeba nemindeni ka-Ahariheli indodana kaHarumu.


Abantwana bakwaDelaya, abantwana bakwaThobiya, abantwana bakwaNekoda, amakhulu ayisithupha namashumi amane nambili.


Babheka umbhalo wabo phakathi kwababalwayo ngokohlu lozalo, kepha awutholakalanga;


Eceleni kwabo kwalungisa uMeremoti indodana ka-Uriya indodana kaKoshi. Eceleni kwabo kwalungisa uMesulamu indodana kaBeregiya kaMeshesabeli. Eceleni kwabo uSadoki indodana kaBahana walulama.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite