Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 7:46 - Contemporary Zulu Bible 2024

46 AmaNethini: abantwana bakwaSiha, abantwana bakwaHasufa, abantwana bakwaThabawoti,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

46 AmaNethini:* ngabantwana bakwaSiha, nabantwana bakwaHasufa, nabantwana bakwaThabawoti,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

46 Izisebenzi zasethempelini yilezi: abozalo lukaZiha, lukaHashufa, lukaThabhawothi,

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 7:46
9 Referans Kwoze  

AmaNethini: abantwana bakwaSiha, abantwana bakwaHasufa, abantwana bakwaThabawoti,


Abakhileyo kuqala emafeni abo emizini yabo kwakungu-Israyeli, nabapristi, namaLevi, namaNethini.


AmaNethini ahlala e-Ofeli, kwaze kwaba maqondana neSango Lamanzi ngasempumalanga, nasembhoshongweni ophumela ngaphandle.


Abalindisango: abantwana bakwaShalumi, abantwana bakwa-Atere, abantwana bakwaThalimoni, abantwana bakwa-Akubi, abantwana bakwaHatita, abantwana bakwaShobayi, ikhulu namashumi amathathu nesishiyagalombili.


abantwana bakwaKerosi, nabantwana bakwaSiya, nabantwana bakwaPhadoni,


Banamathela kubafowabo, izikhulu zabo, benza isifungo nesifungo sokuhamba emthethweni kaNkulunkulu owanikezwa ngesandla sikaMose inceku kaNkulunkulu nokulalela yonke imiyalo yeNkosi iNkosi yethu. Nigcine, niyenze, nezahlulelo zayo nezimiso zayo;


Lezi ziyizinduna zesifunda ezahlala eJerusalema, kepha emizini yakwaJuda kwahlala, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe emizini yabo, u-Israyeli, nabapristi, namaLevi, namaNethini, nabantwana bezinceku zikaSolomoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite