Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 5:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kepha manje inyama yethu injengenyama yabafowethu, nabantwana bethu banjengabantwana babo; bheka, siletha amadodana ethu namadodakazi ethu ebugqilini, namadodakazi ethu asevele enziwe izigqila; futhi akukho emandleni ethu ukubakhulula; ngoba abanye abantu balamasimu ethu lezivini zethu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Nokho inyama yethu injengenyama yabafowethu, abantwana bethu banjengabantwana babo; bheka, sithobisa amadodana ethu namadodakazi ethu, abe yizigqila; amanye amadodakazi ethu asethotshisiwe; futhi awakho amandla ezandleni zethu, ngokuba amasimu ethu nezivini zethu sekungokwabanye.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Siyafana nabafowethu, nezingane zethu ziyafana nezabo, kodwa siphoqa amadodana ethu namadodakazi ethu ukuba abe yizigqila; asinamandla, amasimu ethu nezivini zethu manje sekungokwabanye.”

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 5:5
10 Referans Kwoze  

Kwasekusithi owesifazana othile phakathi kwabafazi bamadodana abaprofethi wamemeza kuEliza, wathi: Inceku yakho, indoda yami, ifile; uyazi wena ukuthi inceku yakho yayimesaba uJehova, njalo umtshelekisi weza ukuthathela amadodana ami amabili abe yizigqili zakhe.


Akukhona yini ukunika olambileyo isinkwa sakho nokuletha abampofu abaxoshwa endlini yakho na? uma ubona onqunu, umembese; nokuthi ungazifihli enyameni yakho?


Wozani simthengise kwabakwa-Ishmayeli, isandla sethu masingabi phezu kwakhe; ngokuba ungumfowethu nenyama yethu. Abafowabo basutha.


Kodwa njengoba ingenalutho lokukhokha, inkosi yayala ukuba kuthengiswe ngaye, nomkayo, nabantwana, nakho konke anakho, kukhokhwe.


ULabani wathi kuye: “Ngempela, uyithambo lami nenyama yami.” Wahlala naye inyanga yonke.


Usho kanje uJehova, uthi: “Iphi incwadi yesahlukaniso kanyoko, engamala na? Kumbe ngubani kwabakweletayo engithengise kuye? Bhekani, nathengiswa ngobubi benu, nangenxa yeziphambeko zenu unyoko walahlwa.


Ocebileyo ubusa ompofu, nobolekayo yisigqila somboleki.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite