Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 5:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kwakukhona futhi abanye abathi: “Sibambise amasimu ethu, nezivini, nezindlu zethu, ukuze sithenge ukolweni ngenxa yokuswelakala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Babe khona nabathi: “Sibambisile ngamasimu ethu, nangezivini zethu, nangezindlu zethu; masithole amabele ngenxa yendlala.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Kwakukhona futhi nabathi: “Sibambise ngamasimu ethu, ngezivini zethu, nangemizi yethu, ukuze sithole okusanhlamvu ngenxa yendlala.”

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 5:3
7 Referans Kwoze  

Uma kukhona phakathi kwakho ompofu wabafowenu kwelinye lamasango akho ezweni lakho uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona, ungayenzi lukhuni inhliziyo yakho, ungasivali isandla sakho kumfowenu ompofu.


Ngokuba kwakukhona ababethi: “Thina, amadodana ethu namadodakazi ethu, sibaningi; ngalokho siyabathathela amabele, ukuze sidle, siphile.


Kwakukhona nabathi: “Saboleka imali yentela yenkosi, nangemali yamasimu ethu nezivini zethu.”


Babuyisele namuhla amasimu abo, nezivini zabo, neminqumo yabo, nezindlu zabo, nokwekhulu kwemali, nokolweni, newayini, namafutha eniwatholile kubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite