Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 5:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Yebo, ngaqhubeka nomsebenzi walolu donga, futhi asithenganga mhlaba, futhi zonke izinceku zami zabuthana lapho emsebenzini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Phezu kwalokho ngabambelela emsebenzini wogange, asithenganga zwe; zonke izinceku zami zabuthana khona emsebenzini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Ngasebenza ngokuzikhandla emsebenzini wami wokwakha kabusha ugange, angizange ngizithengele nsimu. Zonke izinceku zami zazimatasatasa ekwakhiweni kabusha kogange.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 5:16
11 Referans Kwoze  

Masingakhathali ekwenzeni okuhle, ngokuba siyakuvuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali.


Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo, yibani ngabagxilile, abangaxegiyo, abavame njalo emsebenzini weNkosi, nazi ukuthi ukusebenza kwenu akusilo ize eNkosini.


Kulabo abathi ngokubekezela ekwenzeni okuhle badinga inkazimulo lodumo lokungabhubhi, impilo elaphakade;


Kodwa esemhlabathini omuhle, yilabo abathi belizwile izwi, baligcine ngenhliziyo enhle nelungileyo, bathele izithelo ngokubekezela.


UMose wathukuthela kakhulu, wathi kuJehova: “Ungawunaki umhlatshelo wabo;


Kodwa ababusi bangaphambili ababengaphambi kwami bahlambalaza abantu, bathatha kubo isinkwa newayini, ngaphandle kwamashekeli angamashumi amane esiliva; yebo, ngisho nezinceku zabo zibusa phezu kwabantu; kepha angikwenzanga lokho ngenxa yokumesaba uNkulunkulu.


Ngaphezu kwalokho, kwakukhona etafuleni lami kumaJuda nababusi abayikhulu namashumi amahlanu, ngaphandle kwalabo abeza kithi bevela kwabezizwe abasizungezile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite