UNehemiya 5:13 - Contemporary Zulu Bible 202413 Nami nganyakazisa ingubo yami, ngathi: “Ngakho uNkulunkulu uyanyakazisa, kube yilowo nalowo endlini yakhe nasemsebenzini wakhe ongasigcwalisi lesi sithembiso; naye makavuthululwe kanjalo, angenalutho. Ibandla lonke lathi: Amen, lidumise uJehova. Abantu benza njengesithembiso. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Ngavuthulula ingubo yami, ngathi: “UNkulunkulu makavuthulule kanjalo bonke abantu abangagcini leli zwi ezindlini zabo nasemfuyweni yabo; mabavuthululwe kanjalo, babe yize.” Lonke ibandla lathi: “Amen,” ladumisa uJehova. Abantu base benza njengalelo zwi. Gade chapit laIsiZulu 202013 Ngase ngithintitha umphetho wengubo yami, ngathi: “Sengathi uNkulunkulu angamvuthulula kanjalo noma ngubani ongeyukusigcina lesi sivumelwano; endlini nasempahleni, angamshiyeli lutho.” Yonke inhlangano yaphendula yathi: “Amen!” Yadumisa uSimakade. Yenza njengoba yayethembisile. Gade chapit la |
Inkosi yema ngasetsheni lesikhumbuzo, yenza isivumelwano phambi kukaJehova sokulandela uJehova, nokugcina imiyalo yakhe, nobufakazi bakhe, nezimiso zakhe ngayo yonke inhliziyo yabo nangawo wonke umphefumulo wabo, ukwenza amazwi alesi sivumelwano esimisiwe. Zilotshiwe kule ncwadi. Bonke abantu bema ngasesivumelwaneni.