Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 4:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Nokho sakhuleka kuNkulunkulu wethu, sabamisela abalindi imini nobusuku ngenxa yabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kepha sakhuleka kuNkulunkulu wethu, sabamisela abalindi imini nobusuku ngenxa yabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Sakhuleka kuNkulunkulu wethu, sabeka abaqaphi ukulinda ubusuku nemini.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 4:9
15 Referans Kwoze  

Zithibeni, niqaphe; ngokuba isitha senu uSathane, njengengonyama ebhongayo, siyahamba sifuna engamshwabadela;


Futhi ungibize ngosuku lwenhlupheko: ngizakusindisa, njalo uzangidumisa.


Ngakho lindani njalo, likhuleke, ukuze kuthiwe lifanele ukuphunyuka kuzo zonke lezizinto eziyakwenzeka, lokuma phambi kweNdodana yomuntu.


Lindani, nikhuleke, ukuze ningangeni ekulingweni; umoya uyavuma, kepha inyama ibuthakathaka.


Wathi: “Igama lakho alisayikuthiwa uJakobe, kepha u-Israyeli;


Kepha izitha zethu zathi: “Abayikukwazi, abayikukubona, size singene phakathi kwabo, sibabulale, simise umsebenzi.”


Wayesethi uJuda: “Amandla abathwali bemithwalo aphelile, kukhona nemfucuza eminingi; ngakho asikwazi ukwakha udonga.


Uyawashafisa amacebo obuqili, ukuze izandla zabo zingakwazi ukwenza umsebenzi wabo.


UJehova uyachitha icebo lezizwe; Uchitha amacebo abantu.


Amehlo kaJehova agcina ukwazi, kepha amazwi ohlubukayo uyawachitha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite