Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 4:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Nomaphi lapho nizwa khona ukukhala kwecilongo, niye khona; uNkulunkulu wethu uyakusilwela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Noma kuyiphi indawo lapho nizwa khona ukubethwa kwecilongo, buthanani khona, nize kithi; uNkulunkulu wethu uyakusilwela.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Uma nizwa kuhlatshwa umkhosi ngecilongo, anobuthana ngakimi. UNkulunkulu wethu uzosilwela.”

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 4:20
10 Referans Kwoze  

UJehova uyakunilwela, nina nithule;


Ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu nguye ohamba nani ukunilwela ezitheni zenu, anisindise.


UJehova uNkulunkulu wenu ohamba phambi kwenu uyakunilwela njengakho konke akwenza kini phambi kwamehlo enu eGibithe;


Umuntu oyedwa phakathi kwenu uyakuxosha inkulungwane; ngoba uJehova uNkulunkulu wenu nguye onilwelayo njengokuthembisa kwakhe kini.


Akumelwe nibesabe; ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu uyakunilwela.


Ase ekhumula amasondo ezinqola zawo, awagibelisa, kangangokuthi abaseGibithe bathi: “Masibaleke phambi kuka-Israyeli; ngoba uJehova uyabalwela emelene labaseGibhithe.


UJehova uyakuphuma, alwe nalezo zizwe, njengasosukwini lokulwa kwakhe ngosuku lwempi.


Ngathi ezikhulwini nasezinduneni nakubo bonke abanye abantu: “Umsebenzi mkhulu, mkhulu, sahlukanisiwe odongeni, omunye kude nomunye;


Sasesisebenza emsebenzini, ingxenye yabo yabamba imikhonto kusukela ekuphumeni kokusa kuze kuvele izinkanyezi.


Wathi: “Uma ama-Aramu engihlula, uyakungisiza; kepha uma abantwana bakwa-Amoni benamandla kunawe, mina ngiyakukusiza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite