Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 3:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ngemva kwakhe uBharuki indodana kaSabayi walungisa enye ingxenye, kusukela ekhoneni lodonga kuze kufike emnyango wendlu yompristi omkhulu u-Eliyashibi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Emva kwakhe kwalungisa nokulungisa uBaruki indodana kaZabayi elinye ibanga, kusukela eNqutshini kuze kube semnyango wendlu ka-Eliyashibi umpristi omkhulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Ingxenye elandelayo kuze kuyofika esangweni lendlu yomphristi omkhulu, u-Eliyashibhi, yakhiwa nguBharukhi, indodana kaZabhayi.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 3:20
9 Referans Kwoze  

Kwase kusukuma u-Eliyashibi umpristi omkhulu nabafowabo abapristi, bakha iSango Lezimvu; balingcwelisa, bamisa izivalo zalo; kwaze kwaba seMbhoshongweni waseMeya bawungcwelisa, kwaze kwaba naseMbhoshongweni kaHananeli.


Lingavilaphi emsebenzini; ovuthayo emoyeni; ukukhonza iNkosi;


Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho; ngoba akukho msebenzi, nacebo, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Enye yamadodana kaJehoyada indodana ka-Eliyashibi, umpristi omkhulu, yayingumkhwenyana kaSanibhalati umHoroni; ngalokho ngamxosha kimi.


Ngokuba u-Eliyashibi umpristi, owayengamele ikamelo lendlu kaNkulunkulu wethu, wayengumngane kaThobiya.


Emva kwakhe kwalungisa uMeremoti, indodana ka-Uriya, indodana kaKoshi, elinye ibanga, kusukela ekungeneni kwendlu ka-Eliyashibi kuze kube sekugcineni kwendlu ka-Eliyashibi.


Emadodaneni kaBebayi; uJohanani, uHananiya, uSabhayi no-Atlayi.


uDaniyeli, uGinethoni, uBharuki,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite