UNehemiya 3:16 - Contemporary Zulu Bible 202416 Emva kwakhe kwalungisa uNehemiya, indodana ka-Ashibuki, umbusi wenxenye yeBeti-Suri, kwaze kwaba maqondana namathuna kaDavide, nasedamu elalakhiwe lapho, nasendlini yamaqhawe. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Emva kwakhe kwalungisa uNehemiya indodana ka-Azibuki, umbusi wenxenye yesifunda saseBeti Suri, kwaze kwaba sendaweni malungana namathuna kaDavide, nasechibini elimbiweyo, naseNdlini Yamaqhawe. Gade chapit laIsiZulu 202016 Ingxenye elandelayo yayize iyofika ngaphambi kwedlinza likaDavide, kuya echibini nendlu yamaqhawe, kwakhiwa nguNehemiya, indodana ka-Azibhuki, umbusi wengxenye yesifunda iBhethi Zuri. Gade chapit la |