Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 3:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 ISango Lomquba lalilungiswa nguMalikiya, indodana kaRekabi, umbusi wesifunda saseBeti Hakeremi; walakha, wamisa izivalo zalo nezihluthulelo zalo nemigoqo yalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 ISango Lomquba lalungiswa nguMalikhiya, indodana kaRekabi, umbusi wesifunda saseBeti Hakeremi; walakha, wamisa izivalo zalo nezihluthulelo zalo nemigoqo yalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 ISango Lomquba lakhiwa kabusha nguMalikhija, indodana kaRekhabhi, umbusi wesifunda eBhethi Hakhiheremi. Wamisa amasango ezindaweni zawo, wafaka imigoqo nezihluthulelo.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 3:14
9 Referans Kwoze  

Nina bantwana bakwaBenjamini, hlanganani nibalekele eJerusalema, nibethe icilongo eThekhowa, nimise isibonakaliso somlilo eBeti Hakeremi, ngokuba ububi buvela enyakatho nokubhubhisa okukhulu.


Ngaphuma ebusuku ngeSango Lesigodi ngaphambi komgodi kadrako naseSangweni Lomquba, ngabona izingange zaseJerusalema ezazibhidliziwe namasango alo ayeshiswe ngomlilo.


Eceleni kwabo uRefaya indodana kaHure, umbusi wengxenye yesifunda saseJerusalema, walungisa.


Ngase ngikhuphulela umduli izikhulu zakwaJuda, ngamisa izixuku ezimbili ezinkulu zezingoma, esinye sazo esangena kwesokudla sogange kuze kube seSangweni Lomquba.


Indodana kaSawule yayinamadoda amabili ayeyizinhloko zamaviyo; igama lenye lalinguBahana, igama lenye lalinguRegabi, amadodana kaRimoni waseBeyeroti wabantwana bakwaBenjamini; ngokuba iBeroti labalwa kanye noBenjamini;


indodana kaMikayeli, indodana kaBahaseya, indodana kaMalikiya,


Esesukile lapho, wathungela uJonadaba indodana kaRekabi owafika ukumhlangabeza; wambingelela, wathi kuye: Inhliziyo yakho ilungile yini, njengoba inhliziyo yami injalo enhliziyweni yakho? UJonadaba waphendula wathi: “Kunjalo.” Uma kunjalo, nginike isandla sakho. Wamnika isandla sakhe; wamyisa kuye enqoleni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite