Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 3:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 UMalikhiya, indodana kaHarimi, noHasubu, indodana kaPhahati Mowabi, balungisa elinye ibanga nombhoshongo wamaziko.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UMalikhiya, indodana kaHarimi, noHashubi, indodana kaPhahati Mowabi, balungisa elinye ibanga noMbhoshongo Wamaziko.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ingxenye elandelayo noMbhoshongo Wohhavini kwakhiwa nguMalikhija, indodana kaHarimi noHashubhi, indodana kaPhahathi Mowabi.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 3:11
10 Referans Kwoze  

Esinye isixuku sezihlabelelo sahamba malungana nabo, mina ngemva kwabo nengxenye yabantu esodongeni, kusukela ngale kombhoshongo weziko kuze kufike odongeni olubanzi;


abantwana bakwaPhahati Mowabi babantwana bakwaJeshuwa noJowabe izinkulungwane ezimbili namakhulu ayisishiyagalombili neshumi nambili.


Inhloko yabantu; noPharoshi, noPhahati Mowabi, no-Elamu, noZathu, noBani,


uHarimi, uMeremoti, u-Obadiya,


abantwana bakwaPhahati Mowabi babantwana bakwaJeshuwa noJowabe izinkulungwane ezimbili namakhulu ayisishiyagalombili neshumi nesishiyagalombili.


Emadodaneni kaPhahati Mowabi; kanye naye amadoda angamakhulu amabili;


Kumadodana kaHarimi: u-Eliyezeri, u-Ishiya, uMalkhiya, uShemaya, noSimeyoni,


Eceleni kwabo kwalungisa uJedaya indodana kaHarumafi malungana nendlu yakhe. Eceleni kwakhe uHathusi, indodana kaHasabinja, walulama.


Zungezani iSiyoni, nilihaqe; tshela imibhoshongo yakhe.


abantwana bakwaHarimi: ngamakhulu amathathu namashumi amabili;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite