Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 13:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kwangidabukisa kakhulu; ngalokho ngalahla yonke impahla yasendlini kaThobiya endlini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kwaba kubi kakhulu kimi; ngalahla phandle zonke izinto zendlu kaThobiya zikhishwe ekamelweni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Ngathukuthela kakhulu, ngazijikijela phandle izimpahla zikaThobiya ezazisendlini.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 13:8
7 Referans Kwoze  

Ngokuba ukushisekela indlu yakho kungidlile; nokuhlambalaza kwabakuthukayo kwehlela phezu kwami.


U-Ezra esekhulekile nokuvuma izono, wakhala, wakhuleka phambi kwendlu kaNkulunkulu, ibandla elikhulu kakhulu lamadoda, nabesifazane, nabantwana, labuthana kuye kwa-Israyeli; ngoba abantu bakhala kakhulu.


Ngase ngilaya, bahlanza amakamelo; ngabuyisela khona izitsha zendlu kaNkulunkulu kanye nomnikelo womlilo nempepho.


Futhi ngathukuthela kakhulu lapho ngibabiza futhi ngizwa lawa mazwi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite