Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 13:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngafika eJerusalema, ngabona ububi u-Eliyashibi ayenzile kuThobiya ngokummisela ikamelo emagcekeni endlu kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 ngaya eJerusalema, ngaqonda okubi u-Eliyashibi akwenzele uThobiya ngokumlungisela ikamelo emagcekeni endlu kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 ngase ngiphindela eJerusalema. Ngafika ngabona into embi eyenziwa ngu-Eliyashibhi, elungisela uThobiya igumbi emagcekeni endlu kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 13:7
8 Referans Kwoze  

Wamlungisela ikamelo elikhulu, lapho ababebeke khona iminikelo yomlilo ngaphambili, impepho, nezitsha, nokweshumi kukakolweni, newayini, namafutha, okwakumelwe kunikwe amaLevi, nabahlabeleli. Nabalindisango; neminikelo yabapristi.


Ngokuba ngitsheliwe ngani, bazalwane bami, ngabendlu kaKlowe, ukuthi kukhona ukuxabana phakathi kwenu.


Isitha selulele isandla saso phezu kwazo zonke izinto zalo ezithandekayo, ngoba libona ukuthi abezizwe babengena endlini yalo engcwele, owazilaya ukuthi bangangeni ebandleni lakho.


Ngalolo suku bafunda encwadini kaMose ezindlebeni zabantu; futhi kwatholakala kulo ukuthi abakwa-Amoni nabakwaMowabi abayikungena ebandleni likaNkulunkulu kuze kube phakade;


Kwathi lezo zinto sezenzekile, izikhulu zeza kimi, zathi: “Abantu bakwa-Israyeli nabapristi namaLevi abazahlukanisanga nabantu bamazwe ngokwenza izinengiso zabo kumaKhanani namaHeti, namaPherizi, namaJebusi, nama-Amoni, namaMowabi, namaGibhithe, nama-Amori.


Amadodana ka-Elijonayi: ngoHodaya, no-Eliyashibi, noPhelaya, no-Akubi, noJohanani, noDalaya, no-Anani, beyisikhombisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite