Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 13:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Lapho bezwa umthetho, bahlukanisa yonke ingxubevange yakwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kwathi sebezwile umthetho, bahlukanisa no-Israyeli yonke ingxubevange.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Kwathi abantu sebekuzwile okushiwo ngumthetho, babaxosha bonke abantu ababenokhokho abaxubileyo, bashiya abakwa-Israyeli boqobo.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 13:3
12 Referans Kwoze  

Abantwana bakwa-Israyeli bazehlukanisa kubo bonke abezizwe, basukuma, bavuma izono zabo nobubi bawoyise.


Nexuku eliyingxubevange lenyuka nabo; nemfuyo nezinkomo, yebo, izinkomo eziningi.


Bonke abanye abantu, abapristi, namaLevi, nabalindisango, nabahlabeleli, namaNethini, nabo bonke abazahlukanisa nabantu bamazwe ngokomthetho kaNkulunkulu, nawomkabo, namadodana abo, namadodakazi abo, yilowo nalowo onolwazi nokuqondisisa;


Isixuku esasiphakathi kwabo salamba, nabantwana bakwa-Israyeli baphinda bakhala, bathi: “Ngubani ozosinika inyama ukuba sidle na?”


Inkolo ehlanzekileyo nengangcolile phambi kukaNkulunkulu uBaba yilokhu ukuhambela izintandane nabafelokazi osizini lwabo nokuzigcina engenabala kulomhlaba.


Ngakho-ke ngemisebenzi yomthetho akukho nyama eyakulungisiswa phambi kwakhe, ngokuba ngomthetho kukhona ukwazi isono.


Ngokuba umyalo uyisibani; futhi umthetho ungukukhanya; nokusola kokufundisa kuyindlela yokuphila;


Izwi lakho ngalifihla enhliziyweni yami, ukuze ngingoni kuwe.


BETH. Insizwa iyakuyihlanza ngani indlela yayo na? ngokuyinaka ngokwezwi lakho.


Ngakho vumani manje uJehova uNkulunkulu wawoyihlo, nenze njengokufisa kwakhe, nizahlukanise nabantu bezwe nakwabesifazane bezizweni.


Bazithathela wona namadodakazi abo amanye amadodakazi abo, ukuze inzalo engcwele yahlangana nabantu balawo mazwe; yebo, isandla sezikhulu nezikhulu sasiyinhloko kulesi siphambeko.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite