Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 13:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Ngakho siyakunilalela yini ukuba nenze bonke lobu bubi obukhulu, neqe kuNkulunkulu wethu ngokuthatha abesifazane babezizwe na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Sekuzwakele nangani ukuthi nenzile konke lokho okubi kakhulu ukuba niphambuke kuNkulunkulu wethu ngokuzithathela abesifazane babezizwe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Nani senenza isono esifanayo; nihlubuka uNkulunkulu ngokuganwa ngabafazi babezizwe na?”

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 13:27
5 Referans Kwoze  

USheganiya, indodana kaJehiyeli, omunye wamadodana ka-Elamu, waphendula, wathi ku-Ezra: “Siphambukile kuNkulunkulu wethu, sathatha abesifazane babezizwe kubantu bezwe; kodwa likhona ithemba kwa-Israyeli ngale ndaba.


Ngoba ngubani ozalilalela kulendaba? kepha njengesabelo salowo owehlela impi, siyakuba njalo isabelo salowo ohlala empangweni;


Ngalezo zinsuku ngabona futhi amaJuda ayethathe abesifazane base-Ashidodi, abakwa-Amoni nabakwaMowabi.


Sibuye sephule imiyalo yakho, sizihlanganise nabantu balezi zinengiso na? ubungeke yini usithukuthelele uze usiqede, kungabikho nsali nophunyukayo na?


Futhi uma abantu bezwe beletha impahla noma iyiphi indlela yokuphila ukuze bathengise ngosuku lwesabatha, thina ngeke sikuthenge ngesabatha nangosuku olungcwele; nokuthi siyakushiya umnyaka wesikhombisa kanye nempoqo zonke izikweletu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite