Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 13:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngase ngiphikisana nababusi, ngathi: “Ishiyiwe ngani indlu kaNkulunkulu na? Futhi ngababutha ndawonye ngababeka endaweni yabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngase ngiphikisana nababusi, ngathi: “Ishiyelweni indlu kaNkulunkulu na?” Ngababutha, ngababeka ezindaweni zabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ngabathethisa abaholi, ngathi kubo: “Yini eyenze ukuba nilahle indlu kaNkulunkulu na?” Ngawaqoqa lawo madoda, ngawabuyisela emsebenzini wawo ayewenza endlini kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 13:11
8 Referans Kwoze  

Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli nabantwana bakwaLevi bayakuletha umnikelo kakolweni, owewayini, nowamafutha emakamelweni, lapho izitsha zendlu engcwele, nabapristi abakhonzayo, nabalindisango, nabahlabeleli, futhi ngeke siyishiye indlu kaNkulunkulu wethu.


Ngase ngilwa nabo, ngabaqalekisa, ngabashaya abanye, ngabahluthula izinwele, ngabafungisa uNkulunkulu, ngathi: ‘Aniyikuwanika amadodana abo amadodakazi enu, ningathatheli amadodana enu namadodakazi abo.


Ngase ngiphikisana nezikhulu zakwaJuda, ngathi kubo: “Kuyini lokhu okubi enikwenzayo, nilona usuku lwesabatha na?


Abashiya umthetho badumisa ababi, kepha abagcina umthetho baphikisana nabo.


Ngabe ngesaba isixuku esikhulu, noma ukudelelwa kwemindeni kwangethusa, ukuthi ngathula, angiphumanga emnyango?


Ngakho isono sabafana saba sikhulu kakhulu phambi kukaJehova, ngoba abantu babewuzonda umnikelo kaJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite