UNehemiya 12:45 - Contemporary Zulu Bible 202445 Abahlabeleli nabalindisango bagcina umlindo kaNkulunkulu wabo nomlindo wokuhlanjululwa ngokomyalo kaDavide noSolomoni indodana yakhe. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE45 Bagcina imfanelo kaNkulunkulu wabo nemfanelo yokuhlambulula kanye nabahlabeleli nabalindisango njengemiyalo kaDavide noSolomoni indodana yakhe. Gade chapit laIsiZulu 202045 ngoba yibona ababenza isiko lokuhlanza abantu ngokwemithetho kaNkulunkulu wabo, njengoba kwakwenza abahlabeleli nabalindisango, ngokomyalo kaDavide noSolomoni, indodana yakhe. Gade chapit la |