Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 11:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Emizini namasimu ayo kwahlala abanye babantwana bakwaJuda eKiriyati-Arba nasemadlelweni ayo, naseDiboni nasemasangweni ayo, naseJekabiseyeli nasemizaneni yayo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Emizaneni inamasimu ayo kwahlala abanye abantwana bakwaJuda: eKiriyati Araba nasemizaneni yalo, naseDiboni nasemizaneni yalo, naseJekabiseyeli nasemizaneni yalo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Maqondana nemizana namasimu ayo, kwahlala abanye abantu bakwaJuda: eKiriyathi Arbha nasemizaneni yalo, eDibhoni nasemizaneni yalo, eJekabhizeyeli nasemizaneni yalo,

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 11:25
7 Referans Kwoze  

Igama leHebroni laliyiKiriyati-Arba kuqala; u-Arba wayengumuntu omkhulu phakathi kwama-Anaki. Izwe laphumula empini.


USara wafa eKiriyati ka-Arba; yiHebroni ezweni laseKhanani; u-Abrahama weza ukumlilela uSara nokumkhalela.


kusukela e-Aroweri elisosebeni lomfula i-Arinoni, nomuzi ophakathi nomfula, nethafa lonke kusukela eMedeba kuze kube seDiboni;


iHeshiboni nayo yonke imizi yalo esethafeni; iDiboni, neBamoti Bali, neBeti Bali-meyoni,


naseJeshuwa, naseMolada, naseBeti Felete,


UJoshuwa wambusisa, wamnika uKalebi indodana kaJefune iHebroni njengefa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite