Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 11:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 UPhethaya, indodana kaMeshezabeli, wabantwana bakwaSeraki, indodana kaJuda, wayesesandleni senkosi kuzo zonke izindaba zabantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 UPhethahiya, indodana kaMeshezabeli, wabantwana bakwaZera, indodana kaJuda, wayengasesandleni senkosi ezindabeni zonke zabantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 UPhethahiya, indodana kaMeshezabheli, wabozalo lukaZera, indodana kaJuda, wayemele inkosi ezindabeni zonke eziphathelene nabantu.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 11:24
8 Referans Kwoze  

Ngasemuva kwaphuma umfowabo owayenentambo ebomvu esandleni sakhe, igama lakhe lalithiwa uSaragi.


UBenaya indodana kaJehoyada wayephezu kwamaKreti namaPheleti; amadodana kaDavide ayeyinhloko yenkosi.


UJuda wazala uFaresi noZara kuTamari; uFaresi wazala u-Esrom; u-Esrom wazala u-Aramu;


uMesezabeli, uZadoki, uJaduwa,


Ngokuba isikhundla sawo sasingukukhonza amadodana ka-Aroni enkonzweni yendlu kaJehova, emagcekeni nasemakameloni, nasekuhlanzweni kwazo zonke izinto ezingcwele, nomsebenzi wenkonzo yendlu kaNkulunkulu;


Amadodana kaJuda ngemindeni yawo; kwaSela: ngumndeni wakwaSela; kwaPheresi: ngumndeni wakwaFarasi; kwaSeraki: ngumndeni wakwaSarigi.


Eceleni kwabo kwalungisa uMeremoti indodana ka-Uriya indodana kaKoshi. Eceleni kwabo kwalungisa uMesulamu indodana kaBeregiya kaMeshesabeli. Eceleni kwabo uSadoki indodana kaBahana walulama.


Amadodana kaJuda; u-Eri, no-Onani, noShela, noPerezi, noSeraki; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi: ngoHezironi noHamuli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite