Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 11:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Insali yakwa-Israyeli, abapristi namaLevi, babekuyo yonke imizi yakwaJuda, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Abakwa-Israyeli abaseleyo, abapristi namaLevi, babe semizini yonke yakwaJuda, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Abakwa-Israyeli abaseleyo, abaphristi nabaLevi, babekuyo yonke imizi yakwaJuda, yilowo endaweni eyifa lakhe.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 11:20
3 Referans Kwoze  

Lezi ziyizinduna zesifunda ezahlala eJerusalema, kepha emizini yakwaJuda kwahlala, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe emizini yabo, u-Israyeli, nabapristi, namaLevi, namaNethini, nabantwana bezinceku zikaSolomoni.


Ngaphezu kwalokho, abalindisango, u-Akubi, noThalimoni nabafowabo ababelinda amasango, babeyikhulu namashumi ayisikhombisa nambili.


Ngakho uJoshuwa wabahambisa abantu, kwaba yilowo nalowo waya efeni lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite