Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 11:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Abantu basebebusisa wonke amadoda azinikela ngokuzithandela ukuhlala eJerusalema.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Abantu babusisa bonke abantu ababezinikela ngenhliziyo ukuhlala eJerusalema.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Abantu babusisa bonke abantu abazinikela ukuhlala eJerusalema.

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 11:2
8 Referans Kwoze  

Inhliziyo yami ikubabusi bakwa-Israyeli abazinikela ngokuzithandela phakathi kwabantu. Dumisani uJehova.


Uma ukhalo lwakhe belungangibusisayo, akafudunyezwanga ngoboya bezimvu zami;


Isibusiso sobesabhubha sehlela phezu kwami, ngenza inhliziyo yomfelokazi ijabule.


Noma kunjalo, kumelwe ubuyisele kuye isibambiso lapho ilanga lishona, ukuze alale engutsheni yakhe futhi akubusise; lokhu kuyakuba ngukulunga kwenu phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu.


Abantu bakho bayakuvuma ngosuku lwamandla akho, ebuhleni bobungcwele kwasesizalweni; unamazolo obusha bakho.


Umuzi wawumkhulu, ubanzi, kepha abantu babembalwa kuwo, nezindlu zingakakhiwa.


Khulekelani ukuthula kweJerusalema: bazaphumelela abakuthandayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite