Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNehemiya 11:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 USeraya indodana kaHilikiya indodana kaMeshulamu indodana kaSadoki indodana kaMerayoti indodana ka-Ahithubi wayengumphathi wendlu kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 noSeraya kaHilikiya, kaMeshulamu, kaSadoki, kaMerayoti, ka-Ahithubi, umphathi wendlu kaNkulunkulu;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 noSeraya kaHilikiya, kaMeshulamu, kaZadoki, kaMerayothi, ka-Ahithubi, umphathi wendlu kaNkulunkulu;

Gade chapit la Kopi




UNehemiya 11:11
12 Referans Kwoze  

no-Azariya indodana kaHilikiya indodana kaMeshulamu indodana kaSadoki indodana kaMerayoti indodana ka-Ahithubi, umbusi wendlu kaNkulunkulu;


Kwathi umpristi omkhulu, nenduna yethempeli, nabapristi abakhulu bezwile lokho, bamangala ngabo ukuthi lokhu kuzokwenzakalani.


OJehiyeli, no-Asasiya, noNahati, no-Asaheli, noJerimoti, noJozabadi, no-Eliyeli, no-Ismagiya, noMahati, noBenaya, babengababonisi ngaphansi kwesandla sikaKhoniya noShimeyi umfowabo, ngokomyalo wenkosi uHezekiya no-Azariya, umbusi wendlu kaNkulunkulu.


Bhekani, umpristi omkhulu u-Amariya uphezu kwenu kuzo zonke izindaba zikaJehova; noZebadiya indodana ka-Ishmayeli, umbusi wendlu yakwaJuda, kuzo zonke izindaba zenkosi; namaLevi ayakuba phambi kwakho. Yiba nesibindi, futhi uJehova uyakuba nabahle.


Wabhalwa kanjalo wonke u-Israyeli ngezizukulwane; bheka, zilotshiwe encwadini yamakhosi akwa-Israyeli nakwaJuda, awathunjelwa eBabele ngenxa yeziphambeko zawo.


U-Eleyazare, indodana ka-Aroni umpristi, kumelwe abe induna yezikhulu zamaLevi, aqondise labo abagcina inkonzo yendlu engcwele.


Wasuka wahamba, wakhuluma nabapristi abakhulu nezinduna, ukuthi angamkhaphela kanjani kubo.


Kubapristi: ngoJedaya, indodana kaJehoyaribi, noJagini.


Abafowabo abenza umsebenzi wendlu babengamakhulu ayisishiyagalombili namashumi amabili nambili; no-Adaya indodana kaJerohamu indodana kaPhelaliya indodana ka-Amsi indodana kaZakariya indodana kaPhashuri indodana kaMalikiya,


uPhashuri, u-Amariya, uMalkhiya,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite