Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNahume 3:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Futhi kuyokwenzeka ukuthi bonke abakubonayo bayokubalekela futhi bathi: INineve libhuqiwe; ngubani ozomkhalela? ngiyakubabhekaphi abaduduzi bakho na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kuyakuthi bonke abakubonayo bakubalekele, bathi: ‘INineve lichithekile, ngubani oyakulililela na?’ Ngiyakukufunelaphi abaduduzi na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Kuyakuthi bonke abakubonayo bakubalekele, bathi: “INineve isiyincithakalo, ngubani oyakulizwela na? Ngiyakubafunaphi abaduduzi bakho na?”

Gade chapit la Kopi




UNahume 3:7
12 Referans Kwoze  

Ngoba ngubani ozakuba lesihawu kuwe, Jerusalema? noma ngubani oyakulila? noma ngubani oyophuma ukubuza ukuthi unjani?


Lezizinto ezimbili zikwehlele; ngubani ozokuhawukela? ukubhujiswa nokuchithwa nendlala nenkemba; ngizoniduduza ngobani?


emi khatshana ngokwesaba ukuhlutshwa kwalo, esithi: Maye, maye, umuzi omkhulu iBhabhiloni, umuzi onamandla! ngoba ngehora elilodwa ukwahlulela kwakho kufike.


Kufanele ngithatheni ukuze ngifakaze kini? Ngingafanisa nani ndodakazi yaseJerusalema na? ngiyakubonani kuwe, ukuze ngikududuze, ndodakazi yaseSiyoni na? ngoba ukufohla kwakho kukhulu njengolwandle; ngubani ongakuphilisa?


Besiyakuphulukisa iBabele, kepha aliphulukisanga; mshiyeni, sihambe, yilowo nalowo aye ezweni lakubo, ngokuba ukwahlulelwa kwalo kufinyelele ezulwini, kukhuphukele ezulwini.


Bonke abakwa-Israyeli ababebazungeza babaleka ngokukhala kwabo, ngokuba bathi: “Funa umhlaba usigwinye nathi.”


Isiprofetho ngeNineve. Incwadi yobuso bukaNahume wase-Elikosite.


Ngalokho usho kanje uJehova Sebawoti, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: Bheka, ngiyakuhambela inkosi yaseBabele nezwe layo, njengalokho ngahambela inkosi yase-Asiriya.


Uyakwelulela isandla sakhe ngasenyakatho, abhubhise i-Asiriya; futhi uyokwenza iNineve libe ihlane nelome njengehlane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite