Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UNahume 1:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ngokuba manje ngiyakulaphula ijoka lakhe kuwe, ngiphule amaketanga akho abe yizicucu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Sengiyakulaphula ijoka eliphezu kwakho, ngigqabule izibopho zakho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Manje-ke sengizoliphula ijoka elikuwe, ngigqashule izibopho zakho.”

Gade chapit la Kopi




UNahume 1:13
8 Referans Kwoze  

Kuyothi ngalolo suku umthwalo wakhe ususwe ehlombe lakho, nejoka lakhe entanyeni yakho, futhi ijoka liyobhujiswa ngenxa yokugcotshwa.


Ngokuba wephulile ijoka lomthwalo wabo nodondolo lwamahlombe abo, nozime lomcindezeli wabo, njengasosukwini lukaMidiyani.


Ngokuba ngaphulile ijoka lakho endulo, ngaphula izibopho zakho; wena wathi: Kangiyikweqa; lapho nizulazula niphinga kuwo wonke amagquma aphakeme naphansi kwayo yonke imithi eluhlaza.


ukuthi ngiyakwephula umAsiriya ezweni lami, ngimnyathele ezintabeni zami; khona ijoka lakhe liyakumuka kubo, nomthwalo wakhe emahlombe abo.


Wabakhipha ebumnyameni nasethunzini lokufa, wagqabula izibopho zabo.


Ngiyakuziyisa kwabakhulu, ngikhulume nabo; ngokuba babeyazi indlela kaJehova nomthetho kaNkulunkulu wabo; kodwa balaphula ngokupheleleyo ijoka futhi bagqabula izibopho.


NginguJehova uNkulunkulu wenu owanikhipha ezweni laseGibhithe ukuze ningabi yizigqila zabo; ngagqabula izibopho zejoka lenu ngakwenza ukuma uqonde.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite