Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 9:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngokuba ohlangene nabo bonke abaphilayo kunethemba, ngokuba inja ephilayo ingcono kunengonyama efileyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ohlangene nabo bonke abaphilayo kukhona ithemba kuye, ngokuba inja ephilayo ingcono kunengonyama efileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Kodwa osabalelwa kwabaphilayo usenethemba, ngokuba inja ephilayo ingcono kunebhubesi elifileyo.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 9:4
7 Referans Kwoze  

Ngokuba iHayidese alinakukudumisa, ukufa akunakukudumisa; abehlela egodini abanakuthemba iqiniso lakho.


Ngoba liyini ithemba lomzenzisi, lanxa ezuza, uba uNkulunkulu esusa umphefumulo wakhe?


Kubi kukho konke okwenziwa phansi kwelanga ukuthi kube nesigameko sinye kubo bonke; yebo, nenhliziyo yabantwana babantu igcwele ububi, nokuhlanya kusenhliziyweni yabo besaphila, ngasemuva bahlubuka yana kwabafileyo.


Ngoba abaphilayo bayazi ukuthi bayokufa, kodwa abafileyo abazi lutho futhi abasenawo umvuzo; ngoba ukukhunjulwa kwabo sekukhohlakele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite