Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 9:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kwakukhona umuzi omncane, unabantu abambalwa kuwo; kwafika inkosi enkulu kuwo, yawuvimbezela, yakha igoqo elikhulu ngakulo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 kwakukhona umuzi omncane, unabantu abayingcosana phakathi kwawo; kwafika inkosi enkulu kuwo, yawuvimbezela, yakha izinqaba ezinkulu ngakuwo;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Kwakukhona umuzi omncane owawunabantu abayingcosana; kwase kufika inkosi enkulu yawuhlasela, yawuvimbezela, yakha izindunduma ezinkulu zokuhlasela.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 9:14
6 Referans Kwoze  

Ngasemuva uBeni Hadadi inkosi yase-Aramu wabutha yonke impi yakhe, wenyuka wavimbezela iSamariya.


Ngokuba izinsuku ziyakufikela, lapho izitha zakho ziyokubiyela ngomsele, zikuhaqe, zikuvimbezele nxazonke;


Kuphela izihlahla ozaziyo ukuthi azizona izihlahla ezidliwayo, kufanele uzichithe futhi uzigawule; futhi kumelwe wakhe izivikelo ngokumelene nomuzi olwa nawe, uze unqotshwe.


Ngabona lokhu kuhlakanipha phansi kwelanga, kwaba kukhulu kimi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite