Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 8:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngiyakucebisa ukuba ugcine umyalo wenkosi, nalokhu mayelana nesifungo sikaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngithi: Gcina izwi lenkosi ngenxa yesifungo ngoNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ngithi: gcina umyalo wenkosi, ngenxa yesifungo sikaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 8:2
10 Referans Kwoze  

Pho, awusigcwalisanga ngani isifungo sikaJehova nomyalo engakuyala ngakho na?


Bakhumbuze ukuba bathobele izikhulu namandla, balalele izinduna, balungele yonke imisebenzi emihle;


Ndodana yami, yesaba uJehova nenkosi, ungagxambukeli kwabaguqukileyo.


Zonke izikhulu namaqhawe nawo wonke amadodana enkosi uDavide bazithoba phansi kwenkosi uSolomoni.


Kodwa inkosi yamyeka uMefibosheti indodana kaJonathani indodana kaSawule ngenxa yesifungo sikaJehova esasiphakathi kwabo phakathi kukaDavide noJonathani indodana kaSawule.


Khona-ke kuyakuba khona isifungo seNkosi phakathi kwabo bobabili, ukuthi akenzanga isandla sakhe empahleni yomakhelwane wakhe; umniniyo uyakuyithokozisa, angayikhokhi.


Lapho amadoda efika ehlathini, uju lwaconsa; kepha akubangakho obeka isandla sakhe emlonyeni wakhe, ngokuba abantu basesaba isifungo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite