Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 7:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Lokho umphefumulo wami osakufuna, kepha angikutholi; indoda eyodwa phakathi kwenkulungwane ngiyitholile; kepha angimtholanga owesifazane phakathi kwabo bonke.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 nokusafunwa ngumphefumulo wami, ngingakakufumani kodwa: indoda inye phakathi kwenkulungwane ngiyifumene, kepha owesifazane phakathi kwabo bonke labo angimfumananga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 ingqondo yami esiwucinge iphindelela, kodwa ingawufumani. Ngathola indoda eyodwa phakathi kwayinkulungwane, kodwa angimtholanga owesifazane phakathi kwakho konke lokho.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 7:28
6 Referans Kwoze  

Uma kukhona naye isithunywa, umhumushi oyedwa enkulungwaneni, ukuze abonise umuntu ubuqotho bakhe;


Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Siza, Jehova! ngoba owesaba uNkulunkulu uphelile; ngoba abathembekileyo baphelile phakathi kwabantwana babantu.


Ngomphefumulo wami ngakufisa ebusuku; yebo, ngomoya wami phakathi kwami ngizokufuna ekuseni, ngokuba lapho izahlulelo zakho zisemhlabeni, abakhileyo emhlabeni bayofunda ukulunga.


Bheka, nakhu engikutholile, usho umshumayeli, ngibala ngamunye ngamunye, ukuze ngithole umbiko:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite