Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 7:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Okude nokujula, ngubani ongakuthola na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Okude nokujulile kakhulu, ngubani ongakufumana na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Okusemajukujukwini nokusekujuleni, ngubani ongakufumana na?

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 7:24
11 Referans Kwoze  

Yeka ukujula kwengcebo nokuhlakanipha nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka ukuthi aziphenyeki kanjani izahlulelo zakhe, nezindlela zakhe aziphenyeki!


Onguye yedwa onokungabhubhi, ehlezi ekukhanyeni okungenakusondela kukho; okungekho muntu owake wambona, nongakwazi ukumbona: makube kuye udumo namandla aphakade. Amen.


Ulwazi olunjalo luyangimangalisa; iphakeme, angikwazi ukuyifinyelela.


Wathi kumuntu: “Bheka, ukumesaba uJehova kungukuhlakanipha; nokudeda ebubini kungukuqondisisa.


Ukulunga kwakho kunjengezintaba ezinkulu; Ukwahlulela kwakho kungukujula okukhulu; O Jehova, uvikela abantu nezilwane.


Uma simthinta uSomandla, asinakumfumana: mkhulu ngamandla, nangokwahlulela, nobuningi bokulunga; Ngeke acindezele.


Ngabona wonke umsebenzi kaNkulunkulu, ukuthi umsebenzi owenziwa phansi kwelanga akanakukwazi; yebo ngokuqhubekayo; noma ohlakaniphileyo ethi uyakwazi, nokho angeke akuthole.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite