Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 7:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ukuhlakanipha kuhle kanye nefa, futhi ngalokho kunenzuzo kwababona ilanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ukuhlakanipha kuhle njengefa, yebo, kunenzuzo kwabalibonayo ilanga,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ukuhlakanipha kuhle njengefa, futhi kusiza labo abasalibona ilanga.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 7:11
13 Referans Kwoze  

Ngempela, kumnandi ukukhanya, futhi kuyajabulisa emehlweni ukubona ilanga.


Ngase ngibona ukuthi ukuhlakanipha kudlula ubuwula njengokukhanya kudlula ubumnyama.


Ungasho ukuthi: Kungani izinsuku zakuqala zazingcono kunalezi na? ngoba awubuzi ngokuhlakanipha ngalokhu.


Kodwa kuyotholakalaphi ukuhlakanipha? iphi indawo yokuqonda na?


Umthetho womlomo wakho muhle kimi kunezinkulungwane zegolide nesiliva.


Ngokuba ukuthengiswa kwawo kuhle kunokuthengiswa kwesiliva, nenzuzo yalo kunegolide elihle.


Uyigugu ngaphezu kwamarubi, nakho konke ongakufisa akunakukufanisa nabo.


Umqhele wabahlakaniphileyo uyinotho yabo, kepha ubuwula beziwula buwubuwula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite