Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 6:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Njengoba kukhona izinto eziningi ezandisa ize, umuntu ungcono ngani?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Lokhu kukhona amazwi amaningi akwandisa okuyize, umuntu unanzuzoni na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ngokwanda kwamazwi, kwanda nokuyize, umuntu ngabe ungcono ngani na?

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 6:11
13 Referans Kwoze  

Akukho ukuphela kwabantu bonke, nabo bonke ababengaphambi kwabo; nalabo abezayo ngeke bajabule Ngaye. Impela nalokhu kuyize nokuhlupheka komoya.


Ngokuba lapho kukhona amaphupho amaningi namazwi amaningi kukhona okuyize okuyizinhlobonhlobo; kodwa yesaba uNkulunkulu.


U-Efrayimi udla umoya, uxosha umoya wasempumalanga; imihla ngemihla wandisa amanga nokubhubhisa; benza isivumelwano nama-Asiriya, kwangeniswa amafutha eGibithe.


Kukhona oyedwa, akakho owesibili; yebo, akanamntwana noma umfowabo; nokho umshikashika wakhe awupheli; futhi iso lakhe alisuthi ingcebo; akasho ukuthi: Ngisebenzela bani, ngiphuce umphefumulo wami okuhle na? Kuyize futhi, yebo, kuyinkathazo ebuhlungu.


Ngokuba okwehlela abantwana babantu kwehlela nezilwane; lokunye kubehlela: njengokufa komuntu, kuyafa lokunye; yebo, banomoya munye bonke; ukuze umuntu angabibikho ngaphezu kwesilwane, ngokuba konke kuyize.


Ngakho ukuziqhenya kubahaqa njengeketanga; ubudlwangudlwangu bubambozile njengengubo.


Ngase ngithi enhliziyweni yami: “Njengokwehlelwa kwesiwula, kuyangehlela nakimi; futhi kungani ngangihlakaniphe? Ngase ngithi enhliziyweni yami nalokhu kuyize.


Lokho osekukhulunyiwe, futhi kuyaziwa ukuthi kungumuntu;


Ngoba ngubani owaziyo okumlungele umuntu kulokhu kuphila, zonke izinsuku zokuphila kwakhe okuyize azidlayo njengesithunzi na? ngoba ngubani ongazi okuzakuba emva kwakhe phansi kwelanga?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite