Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 5:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Futhi futhi kungububi obukhulu, ukuthi uzohamba ngazo zonke izindlela njengoba eze; unanzuzoni yena owashikashikela umoya na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Nalokho kungububi obudabukisayo ukuthi uyamuka kukho konke njengokufika kwakhe; unanzuzoni ukuthi ushikashikele umoya na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Nalokho kungububi obudabukisayo; wafika kanjalo, uzohamba kanjalo futhi, nzuzoni ayitholile ngokushikashikela umoya na?

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 5:16
13 Referans Kwoze  

Umuntu unanzuzoni kuwo wonke umshikashika wakhe awenzayo phansi kwelanga na?


Ovusa indlu yakhe uyakudla ifa lomoya, nesiwula siyakukhonza ohlakaniphile ngenhliziyo.


Ningasebenzeli ukudla okuphelayo, kodwa ukudla okuhlala kuze kube ngukuphila okuphakade, eyonipha khona iNdodana yomuntu;


Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, alahlekelwe umphefumulo wakhe?


Ngokuba bahlwanyele umoya, bavune isivunguvungu; ihlumela ngeke liveze ufulawa; uma kunjalo, abafokazi bayakuwudla.


Abapristi abashongo ukuthi: “Uphi uJehova na?” nabaphethe umthetho babengazi Mina;


Sasikhulelwe, sasisezinhlungwini, sazala umoya; asenzanga insindiso emhlabeni; nabakhileyo ezweni abawa.


Kukhona ububi obukhulu engibubonile phansi kwelanga, ingcebo egcinelwe abaniniyo kube kubi kubo.


Njalo lingaphambuki; ngoba ziyize.


ukuze nibathobele abanjalo, nakubo bonke abasizayo nabakhandlekayo kanye nathi.


Ngase ngibheka imisebenzi yonke izandla zami ezazenzile, nomshikashika engangiwusebenzele;


Usizani osebenzayo ngalokho akukhandlekayo?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite