Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 5:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ubuthongo besisebenzi bumnandi, noma sidla okuncane noma okuningi; kodwa inala yesicebi ayisoze imenze alale.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ubuthongo besisebenzi bumnandi, noma sidla okuyingcosana noma okuningi, kepha ukusutha kocebileyo akumvumeli ukuba alale.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Kumnandi ukulala kosebenzayo, noma ngabe udle kakhulu, noma udle kancane, kodwa ubuningi bengcebo buyamqwashisa ocebileyo.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 5:12
4 Referans Kwoze  

Lapho ulala, ungesabi; yebo, uyolala, futhi ubuthongo bakho buyoba mnandi.


Kulokhu ngavuka futhi ngabona; ubuthongo bami baba mnandi kimi.


Kuyize ukuthi nivuke ekuseni, nilale ebusuku, nidle isinkwa sosizi; ngoba ulalisa othandiweyo wakhe.


Ngiyakucambalala ngokuthula, ngilale ubuthongo, ngokuba wena Jehova wedwa ungivumela ukuba ngihlale ngokulondeka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite