Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 4:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ababili bangcono kunoyedwa; ngoba banomvuzo omuhle ngomshikashika wabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kungcono ababili kunoyedwa, ngokuba banomvuzo omkhulu ngomshikashika wabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Ababili bangcono kunoyedwa, ngoba banomvuzo omuhle ngomshikashika wabo.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 4:9
15 Referans Kwoze  

Insimbi ilola insimbi; kanjalo umuntu ulola ubuso bomngane wakhe.


INkosi uNkulunkulu yathi: Akukuhle ukuba umuntu ahlale yedwa; Ngizomenzela umsizi ozolingana naye.


Wasebiza abayishumi nambili, waqala ukubathuma ngababili; wabanika amandla phezu kwawomoya abangcolileyo;


Anginakuthwala bonke laba bantu ngedwa, ngokuba kuyasinda kimi.


Ovunayo wemukela inkokhelo, abuthe isithelo ekuphileni okuphakade, ukuze ohlwanyelayo athokoze kanye novunayo.


Kwathi bekhonza iNkosi, bezila ukudla, uMoya oNgcwele wathi: Ngahlukaniseleni oBarnaba noSawulu emsebenzini engibabizele wona.


UJehova makakuvuze ngomsebenzi wakho, umvuzo opheleleyo uphiwe nguJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, othembele phansi kwamaphiko akhe.


UJehova wawuvusa umoya kaZerubabele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nomoya kaJoshuwa, indodana kaJehosadeki, umpristi omkhulu, nomoya wayo yonke insali yabantu; beza, basebenza endlini kaJehova Sebawoti, uNkulunkulu wabo;


Ziqapheleni ukuthi singalahlekelwa yizinto esizisebenzileyo, kodwa ukuze samukele umvuzo opheleleyo.


Kukhona oyedwa, akakho owesibili; yebo, akanamntwana noma umfowabo; nokho umshikashika wakhe awupheli; futhi iso lakhe alisuthi ingcebo; akasho ukuthi: Ngisebenzela bani, ngiphuce umphefumulo wami okuhle na? Kuyize futhi, yebo, kuyinkathazo ebuhlungu.


Ngokuba uma bewa, omunye uyakuthabatha umngane wakhe; kepha maye koyedwa uma ewa; ngoba kalamuntu ongamphakamisa.


Wathi: “Uma ama-Aramu engihlula, uyakungisiza; kepha uma abantwana bakwa-Amoni benamandla kunawe, mina ngiyakukusiza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite