Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 4:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Isiwula sisonga izandla zaso futhi sidle inyama yaso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Isiwula siyasonga izandla zaso, sidle umzimba waso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Isiwula sisonga izandla zaso, sidle inyama yaso.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 4:5
10 Referans Kwoze  

Futhi uyodwengula ngakwesokunene futhi alambe; uyakudla ngakwesokhohlo, kepha bangasuthi; bayakudla yilowo nalowo inyama yengalo yakhe.


Ivila aliyikulima ngenxa yamakhaza; ngalokho iyakucela ngesikhathi sokuvuna, ingatholi lutho.


Umphefumulo wevila uyafisa, kepha awunalutho, kepha umphefumulo wabakhutheleyo uyakhuluphala.


Ngithathelani inyama yami ngamazinyo ami, nginikele ukuphila kwami esandleni sami, na?


Ivila aligazisi lokho elikubambile ekuzingeleni, kodwa impahla yomuntu okhuthele iyigugu.


Umuntu olesihawu wenza okuhle emphefumulweni wakhe, kodwa olesihluku ulimaza inyama yakhe.


Amazwi omlomo womuntu ohlakaniphileyo anomusa; kepha izindebe zesiwula ziyakuzigwinya.


Uyolala kuze kube nini, sivila? uyakuvuka nini ebuthongweni bakho?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite