Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 4:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Akukho ukuphela kwabantu bonke, nabo bonke ababengaphambi kwabo; nalabo abezayo ngeke bajabule Ngaye. Impela nalokhu kuyize nokuhlupheka komoya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 kwakungekho ukuphela kwabantu bonke, bonke ayephambi kwabo; nokho abafika emuva abayikuthokoza ngaye. Impela nalokho kuyize nokufuna umoya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 babengenakubalwa laba bantu ayebahola. Kodwa abeza emva kwakhe abayukuthokoza ngaye. Impela nalokho kuyize, kufana nokuthi uyoze ubambe utalagu.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 4:16
12 Referans Kwoze  

Ngiyibonile yonke imisebenzi eyenziwayo phansi kwelanga; futhi bheka, konke kuyize nokuhlushwa komoya.


Ngakho ngakuzonda ukuphila; ngokuba unzima kimi umsebenzi owenziwa phansi kwelanga, ngokuba konke kuyize, nokugula emoyeni.


Bonke abantu bakhuphuka bamlandela, abantu babetha imitshingo, bajabula ngokujabula okukhulu, kwaze kwadabuka umhlaba ngokukhala kwabo.


Ngoba uNkulunkulu unika umuntu omuhle emehlweni akhe ukuhlakanipha lolwazi lentokozo, kodwa isoni unika ukuhlupheka ukukuqongelela, ukuze amnike okuhle phambi kukaNkulunkulu. Kuyize nokuhlushwa komoya.


Ngase ngibheka imisebenzi yonke izandla zami ezazenzile, nomshikashika engangiwusebenzele;


Bonke abantu baba nokuxabana ezizweni zonke zakwa-Israyeli, bathi: “Inkosi yasophula esandleni sezitha zethu, yasophula esandleni samaFilisti; manje wabaleka u-Abisalomu ezweni.


Ngibonile bonke abaphilayo abahamba phansi kwelanga kanye nomntwana wesibili oyakuvela esikhundleni sakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite