Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 3:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 isikhathi sokulahla amatshe nesikhathi sokuqoqa amatshe; isikhathi sokugona, nesikhathi sokuyeka ukugona;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 isikhathi sokuphonsa amatshe nesikhathi sokuqoqa amatshe, isikhathi sokugona nesikhathi sokungagoni;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 isikhathi sokusakaza amatshe, nesikhathi sokuwaqoqa; isikhathi sokugona, nesikhathi sokuchiliza;

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 3:5
11 Referans Kwoze  

Babhidliza imizi nakuzo zonke iziqephu ezinhle zezwe, kwaba yilowo nalowo waphonsa itshe lakhe, bazigcwalisa; bavala yonke imithombo, bagawula yonke imithi emihle. Kodwa izihlilingi zalizungeza zalinqoba.


Kwathi ngesikhathi sokushona kwelanga, uJoshuwa wayala, futhi bayithatha emithini bayiphonsa emhumeni ababecashe kuwo, babeka amatshe amakhulu emlonyeni womhume. Esekhona kuze kube namuhla.


Buthani abantu, ningcwelise ibandla, amalunga aqoqe, abuthe abantwana nabamunya amabele; akaphume umyeni ekamelweni lakhe, nomakoti aphume engutsheni yakhe.


Wathi kubantu: “Anilungile ngosuku lwesithathu; ningezi kubafazi benu.


Lingagodlelani, ngaphandle kokuthi kube kukuvumelana okwesikhathi, ukuze lizinikele ekuzileni ukudla lekukhulekweni; nibuye nihlangane, ukuze uSathane anganilingi ngokungazithibi kwenu.


isikhathi sokukhala nesikhathi sokuhleka; isikhathi sokulila nesikhathi sokusina;


isikhathi sokuzuza nesikhathi sokulahlekelwa; isikhathi sokugcina nesikhathi sokulahla;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite