UmShumayeli 2:17 - Contemporary Zulu Bible 202417 Ngakho ngakuzonda ukuphila; ngokuba unzima kimi umsebenzi owenziwa phansi kwelanga, ngokuba konke kuyize, nokugula emoyeni. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE17 Ngase ngizonda ukuphila, ngokuba umsebenzi owenziwa phansi kwelanga mubi kimi, lokhu konke kuyize nokufuna umoya nje. Gade chapit laIsiZulu 202017 Ngase ngikuzonda ukuphila ngoba umsebenzi owenziwa phansi komthunzi welanga ungububi kimi. Konke kuyize, kufana nokubamba utalagu. Gade chapit la |