Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 10:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Omba umgodi uzakuwela kuwo; noma ngubani ophula uthango, inyoka izomluma.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Omba umgodi uyakuwela kuwo, nodiliza ugange uyakulunywa yinyoka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Umuntu ombela omunye umgodi uyokhalakathela kuwo; nalowo odiliza udonga uyolunywa yinyoka.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 10:8
13 Referans Kwoze  

Omba umgodi uzakuwela kuwo; nogingqa itshe, liyakubuyela kuye.


Basebemphanyeka uHamani emthini ayewulungisele uMoridekayi. Lwase luphela ulaka lwenkosi.


Noma becasha esiqongweni seKarmeli, ngiyakubaphenya, ngibasuse; noma becashile ebusweni bami phansi kolwandle, ngiyakuyala inyoka lapho, ibalume.


Njengokungathi umuntu ubalekela ingonyama, ahlangane nebhere; noma engena endlini, wancika isandla sakhe odongeni, walunywa yinyoka.


U-Ahithofeli ebona ukuthi isiluleko sakhe asilandelwanga, wabophela imbongolo yakhe, wasuka, waya endlini yakhe emzini wakubo, wayala indlu yakhe, waziphanyeka, wafa, wembelwa ethuneni likayise.


Waya endlini kayise e-Ofira, wabulala abafowabo, amadodana kaJerubali, amadoda angamashumi ayisithupha neshumi etsheni linye; kepha uJothamu, indodana encinyane kaJerubali, wasala; ngoba wacatsha.


Izinsizwa eziyishumi ezazimbethe izikhali zikaJowabe zamzungeza, zamshaya u-Abisalomu, zambulala.


Bazenzela izinyawo zami inetha; umphefumulo wami uthobile; bemba umgodi phambi kobuso bami, bawela kuwo. Sela.


Ukulunga kwabaqotho kuyabasindisa, kepha abaphambukayo bayakubanjwa yinkani yabo.


Okhipha amatshe uyakulinyazwa yiwo; ocanda izinkuni uyakuba sengozini ngakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite