Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 10:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Maye kuwe zwe, uma inkosi yakho isengumntwana, nezikhulu zakho zidla ekuseni!

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Maye kuwe lizwe onkosi yakho ingumntwana, nezikhulu zakho zinedili ekuseni!

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Maye, kuwe lizwe elibuswa yinkosi esencane, izikhulu zakho zizitika ngedili kusuka ekuseni!

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 10:16
16 Referans Kwoze  

Kepha abantu bami, abantwana bangabacindezeli, nabesifazane bayababusa. Bantu bami, abaniholayo bayanidukisa, bachithe indlela yenu.


Wena ndlu kaDavide, usho kanje uJehova; Ekuseni gcwalisa ukwahlulela futhi usindise ophangiwe esandleni somcindezeli, ukuze ulaka lwami lungaphumi njengomlilo futhi lushise okungenakucinywa muntu ngenxa yobubi bezenzo zakho.


Kwabuthana kuye amadoda ayize, amadodana kaBheliyali, aziqinisa ukumelana noRehobowamu indodana kaSolomoni, uRehobowamu esemncane enenhliziyo ethambileyo, engenakumelana nabo.


UJehoyakini wayeneminyaka eyisishiyagalombili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa izinyanga ezintathu nezinsuku eziyishumi eJerusalema; wenza okubi emehlweni kaJehova.


UJehoyakimi wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nanye eJerusalema; wenza okubi emehlweni kaJehova uNkulunkulu wakhe.


UJehowahazi wayeneminyaka engamashumi amabili nantathu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa izinyanga ezintathu eJerusalema;


USedekiya wayeneminyaka engamashumi amabili nanye ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nanye eJerusalema;


Isikhulu esiswele ukuqonda singumcindezeli omkhulu; kepha ozonda ukuhaha uyakwandisa izinsuku zakhe.


Umshikashika weziwula ukhandleka ngamunye waso, ngoba awazi ukuya emzini.


Manje lapho ubaba enithwese ijoka elinzima, mina ngizonezela ejokeni lenu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite