Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 1:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Umoya uya eningizimu futhi uphendukela enyakatho; uzungeza njalo, nomoya ubuya emijikelezweni yawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Umoya uya ngaseningizimu, uzungeze, uye ngasenyakatho; uzungazungeza njalo ekuhambeni kwawo, nasekuzungezeni kwawo umoya uyabuyela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Umoya uvunguza uye eningizimu, uphendukele enyakatho, uphenduphenduke, ubuyele lapho uqale khona.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 1:6
11 Referans Kwoze  

Umoya uphephetha lapho othanda khona, uyawuzwa umsindo wawo, kepha awukwazi lapho uvela khona nalapho uya khona; unjalo wonke ozelwe nguMoya.


Njengoba nje ungayazi indlela yomoya nokuthi akhula kanjani amathambo esibelethweni sokhulelweyo, kanjalo awuyazi imisebenzi kaNkulunkulu owenza zonke izinto.


Uthulisa isiphepho, ukuze amagagasi aso athule;


Ngoba uyalaya futhi aphakamise isivunguvungu esivusa amagagasi awo.


Zifudumele kangakanani izingubo zakho lapho ethulisa umhlaba ngomoya waseningizimu na?


Eningizimu kuvela isiphepho, amakhaza avela enyakatho.


Layithela imvula, kwafika izikhukhula, kwavunguza imimoya, yayishaya kuleyo ndlu; yawa: kwaba kukhulu ukuwa kwayo.


Ngakho yilowo nalowo owezwa lawa mazwi ami, awenze, uyakufaniswa nendoda ehlakaniphileyo eyakha indlu yayo phezu kwedwala;


Kodwa uJehova wathumela umoya omkhulu elwandle, kwavela isiphepho esikhulu elwandle, umkhumbi waze waphuka.


Yonke imifula igelezela olwandle; nokho ulwandle alugcwele; endaweni eya kuyo imifula, ibuyela khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite