Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UmShumayeli 1:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Isizukulwane siyedlula, isizukulwane siyeza, kodwa umhlaba umi kuze kube nininini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Isizukulwane siyamuka, isizukulwane siyeza, kepha umhlaba umi phakade.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Isizukulwane siyafika, sedlule, kodwa umhlaba umi ingunaphakade.

Gade chapit la Kopi




UmShumayeli 1:4
17 Referans Kwoze  

Owabeka izisekelo zomhlaba, ukuze ungazanyazanyiswa kuze kube phakade.


Oyihlo bangaphi? nabaprofethi baphila phakade na?


Ngoba ngubani owaziyo okumlungele umuntu kulokhu kuphila, zonke izinsuku zokuphila kwakhe okuyize azidlayo njengesithunzi na? ngoba ngubani ongazi okuzakuba emva kwakhe phansi kwelanga?


Kuyakudlula izulu nomhlaba, kepha amazwi ami awasoze adlula.


UJakobe wathi kuFaro: “Izinsuku zeminyaka yokuhamba kwami ziyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu; oyise ezinsukwini zokuhambela kwabo.


(IsiHlabelelo seziHlabelelo.) Abamethembayo uJehova bayakuba njengentaba yaseSiyoni enganyakazi kepha imi phakade.


Ekugcineni kwabo bonke nowesifazane wafa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite