Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UMikha 7:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Uzafakazela iqiniso kuJakobe lakuAbrahama umusa owathembisa okhokho bethu ngesifungo kusukela ezinsukwini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Uyakunika uJakobe ukuthembeka no-Abrahama umusa owakufungela obaba kwasezinsukwini zasendulo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Uyakwethembeka kuJakobe ube nomusa ku-Abhrahama owafunga ngawo kobaba ezinsukwini zasemandulo.

Gade chapit la Kopi




UMikha 7:20
17 Referans Kwoze  

Kodwa ngenxa yokuthi iN kosi yalithanda, langoba igcine isifungo eyasifunga koyihlo, i Nkosi yalikhupha ngesandla esilamandla, yalikhulula endlini yobugqili, esandleni sikaFaro, inkosi yeGibhithe.


Wathi: “Makabusiswe uJehova, uNkulunkulu wenkosi yami u-Abrahama, ongayithobisanga inkosi yami ngomusa wayo nokuthembeka kwayo;


Angifaneleki umusa wakho neqiniso lonke olenze encekwini yakho; ngoba ngadabula leli Jordani ngentonga yami; futhi manje sengingamaqembu amabili.


“Kuyakuthi, uma ulalela lezi zimiso, uzigcine, uzenze, uJehova uNkulunkulu wakho uyakukugcinela isivumelwano nomusa akuthembisa oyihlo ngesifungo.


Bheka, ngiyakubalethela ukuphila nokuphulukiswa, ngibaphulukise, ngibambulele ukuchichima kokuthula neqiniso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite