Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UMalaki 1:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Manje ake nincenge uNkulunkulu ukuba abe nomusa kithi; usho uJehova Sebawoti.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “Manje ake ninxuse kuNkulunkulu ukuba abe nomusa kithi; njengokuba ninokunjalo ezandleni zenu, uyakunamukela na?” usho uJehova Sebawoti.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 “Manje-ke ake ninxuse uNkulunkulu ukuba abe nobubele kithi. Ngalokhu okunje okusezandleni zenu, ngabe uyakunemukela yini na?” kusho uSimakade Wamabandla.

Gade chapit la Kopi




UMalaki 1:9
15 Referans Kwoze  

Futhi uma nibiza uBaba owahlulela wonke umuntu ngokomsebenzi womuntu engakhethi buso, sebenzisani isikhathi sokuhlala kwenu lapha ngokwesaba;


Kepha uma bengabaprofethi, uma izwi likaJehova likubo, mabangene manje kuJehova Sebawoti, izitsha ezisele endlini kaJehova nasendlini yenkosi yakwaJuda, futhi eJerusalema, ningayi eBhabhiloni.


UMose wamncenga uJehova uNkulunkulu wakhe, wathi: “Jehova, ulaka lwakho luvuthelani abantu bakho owabakhipha ezweni laseGibithe ngamandla amakhulu nangesandla esinamandla na?


Ngokuba akukho ukukhetha komuntu kuNkulunkulu.


Siyazi ukuthi uNkulunkulu akazizwa izoni;


UHezekiya inkosi yakwaJuda naye wonke uJuda bambulala na? Akamesabanga uJehova, wamncenga uJehova, uJehova wazisola ngobubi abebukhulume ngabo na? Kanjalo singenza ububi obukhulu emiphefumulweni yethu.


Abapristi, izinceku zikaJehova, mabakhale phakathi kompheme ne-altare, bathi: ‘Hawukela abantu bakho, Jehova, unganikeli ifa lakho libe yihlazo, ukuze abezizwe babuse phezu kwabo; bangasho ngani phakathi kwabantu ukuthi: “Uphi uNkulunkulu wabo na?


Vuka, ukhale ebusuku; thulula inhliziyo yakho njengamanzi phambi kukaJehova ekuqaleni kwemilindo; phakamisela kuye izandla zakho ngenxa yokuphila kwabantwana bakho abafa yindlala ezingqongeni zonke zemigwaqo.


Abapristi bamaLevi basukuma bababusisa abantu, izwi labo lezwakala, nomkhuleko wabo wakhuphukela endaweni yakhe yokuhlala engcwele ezulwini.


Ngakho-ke, manje, kusho uJehova, phendukani kimi ngenhliziyo yenu yonke nangokuzila ukudla nangokukhala nangokulila.


Noma ningilethela iminikelo yenu yokushiswa neminikelo yenu eyenziwa ngomlilo, angiyikuthokoza ngayo; futhi angiyikunaka imihlatshelo yezinkomo zenu ezikhuluphele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite