Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




ULevitikusi 9:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wathi ku-Aroni: “Zithathele ithole libe ngumnikelo wesono, nenqama ibe ngumnikelo wokushiswa ongenasici, unikele ngakho phambi kukaJehova.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 wathi ku-Aroni: “Mawuzithathele ithole lenkunzi, libe ngumnikelo wesono, nenqama ibe ngumnikelo wokushiswa, okungenasici, unikele ngakho phambi kukaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Wathi ku-Aroni: “Zithathele ithole leduna libe ngumnikelo wesono, nenqama ibe ngumnikelo wokushiswa okungenasici, unikele ngakho phambi kukaSimakade.

Gade chapit la Kopi




ULevitikusi 9:2
15 Referans Kwoze  

Uma umpristi ogcotshiweyo ona njengesono sabantu; woletha kuJehova iduna elingenasici, libe ngumnikelo wesono ngesono sakhe one ngaso.


ongadingi insuku ngensuku njengabapristi abakhulu ukuthi anikele imihlatshelo kuqala ngezakhe izono, andukuba ezezabantu;


Ngokuba yena ongasazi isono wamenza isono esikhundleni sethu; ukuze senziwe ukulunga kukaNkulunkulu kuye.


Waletha inqama yomnikelo wokushiswa; u-Aroni namadodana akhe babeka izandla zabo enhloko yenqama.


Waletha inkunzi yomnikelo wesono; u-Aroni namadodana akhe babeka izandla zabo enhloko yenkunzi yomnikelo wesono.


Nansi indaba oyakuyenza kubo ukubangcwelisa, bangikhonze esikhundleni sobupristi: Thatha ijongosi elilodwa leduna nezinqama ezimbili ezingenasici,


Ngakho ngenxa yalokhu ufanele ukuthi, njengalokhu enikela ngezono zabantu, ngokunjalo laye ngokwakhe.


Futhi kumelwe ukhulume nabantwana bakwa-Israyeli uthi: ‘Zithatheleni izinyane lembuzi libe ngumnikelo wesono; nethole newundlu, kokubili okuneminyaka emibili, okungenasici, kube ngumnikelo wokushiswa;


Kwathi ngomnyaka weshumi, ngenyanga yeshumi, ngosuku lweshumi nambili lwenyanga, izwi likaJehova lafika kimi, lathi:


Uma umhlatshelo wakhe ungumnikelo wokushiswa wezinkomo, uyakuletha iduna elingenasici; woliletha ngokuzithandela phambi kukaJehova ngasemnyango wetende lokuhlangana.


Uma umnikelo wakhe ungowasemhlambini, owezimvu noma ezimbuzini, ube ngumnikelo wokushiswa; kumelwe alethe owesilisa ongenasici.


Ngakho u-Aroni kumelwe angene endlini engcwele: neduna libe ngumnikelo wesono nenqama ibe ngumnikelo wokushiswa.


Kumelwe athathe enhlanganweni yabantwana bakwa-Israyeli izinqama ezimbili njengomnikelo wesono nenqama eyodwa njengomnikelo wokushiswa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite